Mazano ekukurudzira kuverenga Save the Children nerutsigiro rweWorld Vision Na Amy Jo Dowd, Nell O’Donnell, Ces Ochoa, na Ivelina Borisova Save the Children US Zviri pamusoro peSave the Children Save the Children iboka rakazvimiririra, riripo kushandura nenzira yakadzama hupenyu hwevana vanoda rubatsiro munyika yeAmerica nepasi rese.
1:30 Ngokuba ngiyathanda ukuba nazi ukuthi kukhulu kangakanani ukulwa enginakho ngenxa yenu nabaseLawodikeya nabo bonke abangabonanga ubuso bami ngamehlo, 2 # Joh. Kiz uzatuga tilekter. 1:26 ukuze izinhliziyo zabo ziduduzwe, behlanganisiwe othandweni babe nengcebo yonke yokwazi okuphelele, bazisise imfihlakalo kaNkulunkulu enguKristu, 3 # Isaya 45:3; 1 Kor.
1:24,30 okufihlwe kuye amagugu onke okuhlakanipha nowokwazi. 5:6 Ngikusho lokhu, ukuze kungabikho muntu onikhohlisa ngamazwi okuyenga. 1:23 Ngokuba noma ngingekho ngomzimba, nokho ngikhona kini ngomoya ngithokoza, ngibona inhlelo yenu nokuqina kokukholwa kwenu kuKristu. 11:1; 23:1; Rom. 1:14 Ngakho makungabikho muntu onilahla ngokudla nesiphuzo, noma ngemikhosi, noma ukwethwasa kwenyanga, noma amasabatha, 17 # Heb. 8:5; 10:1 okuyisithunzi nje salokhu obekuzakuza; kepha umzimba ngokaKristu.
4:1 Makungabikho muntu onamuka umvuzo wenu, othanda ukuzenza othobile ekhonza izingelosi, ephike ngemibono yakhe, ezikhukhumeza ngeze ngengqondo yakhe yenyama, 19 # Ef. 2:21; 4:15 engabambeleli kuye oyinhloko, okungaye umzimba wonke usizwa, uhlanganiswa ngamalungu nemisipha, ukhula ngokukhula kukaNkulunkulu.